Umbhalo Waphansi
b INCAZELO YAMAGAMA: Umuntu oqhoshayo ucabanga kakhulu ngaye kunabanye. Ngakho umuntu oqhoshayo uyigovu. Ngakolunye uhlangothi, ukuthobeka kusiza umuntu angabi yigovu. Ukuthobeka kuwukungaqhoshi noma ukungazidli, kuwukuzibheka umncane kunabanye.