Umbhalo Waphansi
a UJesu wathi abafundi bakhe babeyobonakala ngothando ababonisana lona. Sonke siyazama ukulalela lowo myalo. Kufanele sifunde ukuthanda abafowethu ngendlela esithanda ngayo amalungu emindeni yethu esisondelene nawo. Lesi sihloko sizosisiza sakhe futhi silondoloze uthando ngalabo esihlobene nabo okholweni.