-
Incwadi YeBhayibheli Yoku-1—UGenesise“Yonke ImiBhalo Iphefumlelwe UNkulunkulu Futhi Inenzuzo”
-
-
32. Ikuphi ukwaziswa okubalulekile incwadi kaGenesise ekuqukethe ngomshado, ngohlu lozalo, nangokubala izikhathi?
32 Incwadi kaGenesise iyiveza ngokucacile intando nenjongo kaNkulunkulu ngokuqondene nomshado, ubuhlobo obufanele bendoda nomfazi, nezimiso zobunhloko nokuqeqesha emkhayeni. UJesu ngokwakhe wakusebenzisa lokhu kwaziswa, ecaphuna kuzo zombili izahluko zikaGenesise esokuqala nesesibili enkulumweni yakhe eyodwa: “Anifundanga yini ukuthi owadala ekuqaleni wabenza owesilisa nowesifazane, wathi: Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe; labo ababili bayakuba-nyamanye, na?” (Math. 19:4, 5; Gen. 1:27; 2:24)
-
-
Incwadi YeBhayibheli Yoku-1—UGenesise“Yonke ImiBhalo Iphefumlelwe UNkulunkulu Futhi Inenzuzo”
-
-
1:27; 2:24 Ubungcwele, ukuhlala njalo
kwesibopho somshado Math. 19:4, 5
-