-
Amaphuzu Avelele Encwadi KaSamuweli WesibiliINqabayokulinda—2005 | Meyi 15
-
-
8:2—Bangaki abakwaMowabi ababulawa ngemva kokulwa no-Israyeli? Inani labo kungenzeka latholakala ngokulinganisa indawo hhayi ngokubabala. Kubonakala sengathi uDavide walalisa phansi abakwaMowabi benza umugqa. Wabe eselinganisa ubude bomugqa ngomucu, noma ngentambo. Kubonakala sengathi kwabulawa abakwaMowabi abayimicu emibili, noma izingxenye ezimbili kwezintathu, kwasinda abangaba umucu owodwa, noma ingxenye eyodwa kwezintathu.
-
-
Amaphuzu Avelele Encwadi KaSamuweli WesibiliINqabayokulinda—2005 | Meyi 15
-
-
8:2. Isiprofetho esashiwo eminyakeni engaba ngu-400 ngaphambili siyagcwaliseka. (Numeri 24:17) Izwi likaJehova liyagcwaliseka njalo.
-