-
Zuza Ukuhlakanipha Wamukele UkuyalwaINqabayokulinda—1999 | Septhemba 15
-
-
nokwamukela ukulaywa kube ngukuhlakanipha, nokulunga, nokwahlulela, neqiniso,
-
-
Zuza Ukuhlakanipha Wamukele UkuyalwaINqabayokulinda—1999 | Septhemba 15
-
-
Olunye uhlobo lokuqonda ludinga ulwazi lwezizathu nokubona ukuthi kungani inkambo ethile ilungile noma ingalungile. Ngokwesibonelo, indoda enokuqonda ingabona lapho othile ethatha inkambo engalungile, futhi ingase imxwayise ngaleyo ngozi ngokushesha. Kodwa kudingeka ibe nolunye uhlobo lokuqonda ukuze ibone ukuthi kungani lo muntu ebheke kuleyo nkambo bese ithola indlela eyophumelela kunazo zonke yokumhlenga.
-