-
Zuza Ukuhlakanipha Wamukele UkuyalwaINqabayokulinda—1999 | Septhemba 15
-
-
yonke impahla eyigugu siyakuyifumana, sigcwalise izindlu zethu ngempango; yenza inkatho yakho phakathi kwethu, sibe nesikhwama sinye sonke.’”—IzAga 1:11-14.
-
-
Zuza Ukuhlakanipha Wamukele UkuyalwaINqabayokulinda—1999 | Septhemba 15
-
-
Bakhipha isimemo sokuziphilisa ngobugebengu—bafuna ‘ukugcwalisa izindlu zabo ngempango,’ futhi bafuna ongenalwazi ukuba ‘enze inkatho yakhe phakathi kwabo.’ Yeka ukuthi lesi yisixwayiso esifike ngesikhathi kangakanani kithi! Ingabe amaqembu entsha eyizigilamkhuba nabathengisi bezidakamizwa abasebenzisi izindlela ezifanayo zokuthola amalungu amasha? Ingabe isithembiso sokuceba ngokushesha akusona yini esisetshenziswa amabhizinisi amaningi angabazekayo ukuyengela abantu kuwo?
-