-
Jabulela Isifundo Somuntu Siqu SeZwi LikaNkulunkuluINqabayokulinda—2002 | Disemba 1
-
-
6. Yisiphi isimo sengqondo okufanele sisibonise ngolwazi ngoNkulunkulu?
6 Okokuqala, sithola lesi sikhuthazo: “Ndodana yami, uma wamukela amazwi ami, uzibekelele imiyalo yami,
-
-
Jabulela Isifundo Somuntu Siqu SeZwi LikaNkulunkuluINqabayokulinda—2002 | Disemba 1
-
-
Sifundani kula mazwi? Ukuthi kuwumthwalo wethu wemfanelo ngabanye ukutadisha iZwi likaNkulunkulu. Phawula umbandela othi “uma wamukela amazwi ami.” Kuthiwa “uma” ngoba iningi lesintu alilinaki iZwi likaNkulunkulu. Ukuze sikujabulele ukutadisha iZwi likaNkulunkulu, kumelwe sizimisele ukwamukela amazwi kaJehova futhi siwabheke njengengcebo esingafuni isilahlekele. Akufanele neze sivumele esikwenza nsuku zonke kusenze sibe matasa kakhulu noma siphazamiseke kangangokuba siqale ukungalinaki iZwi likaNkulunkulu, size silingabaze imbala.—Roma 3:3, 4.
-