-
‘Ukuphendula Ngendlela Eqondileyo’INqabayokulinda—1989 | Novemba 1
-
-
“Oshoyo komubi ukuthi: ‘Ulungile,’ abantu bayakumenyanya, nezizwe ziyakumgxeka.
-
-
‘Ukuphendula Ngendlela Eqondileyo’INqabayokulinda—1989 | Novemba 1
-
-
IzAga 24:24-26, NW.
Uma umahluleli ayevumela ukucindezela kokufumbathisa noma kokukhetha izihlobo futhi athi omubi ulungile, abanye babeyombona engasifanelekele isikhundla sakhe. Phela, ngisho namalungu ‘ezizwe’ zabeZizwe ayeyozwa ngobubi obunjalo ekwahluleleni ayeyomeyisa!
-