-
Thembela KuJehova Lapho Ubhekene NobunzimaIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu I
-
-
26, 27. (a) Yiziphi izenzakalo ezibikezelwa ngu-Isaya? (b) Amazwi ka-Isaya abonisani ngezinceku zikaJehova namuhla?
26 U-Isaya uyaqhubeka nezixwayiso zakhe: “Ngenxa yokuthi lesi sizwe siye sala amanzi aseShilowa ageleza kahle, futhi sethaba ngoResini nangendodana kaRemaliya; ngalokho-ke, bheka!
-
-
Thembela KuJehova Lapho Ubhekene NobunzimaIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu I
-
-
27 “Lesi sizwe,” umbuso wakwa-Israyeli osenyakatho, silahla isivumelwano sikaJehova noDavide. (2 AmaKhosi 17:16-18) Kusona, lesi sivumelwano sibonakala silula njengamanzi agelezayo aseShilowa, lapho kusuka khona amanzi aseJerusalema. Siyakujabulela ukulwa noJuda.
-