-
INkosi Nezikhulu ZayoIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu I
-
-
12. Obani ‘abangenangqondo’ namuhla, futhi abaphani ngayiphi indlela?
12 Isiprofetho sika-Isaya sibe sesiveza umehluko: “Ongenangqondo ngeke esabizwa ngokuthi uyephana; nomuntu ongenazimiso, ngeke kuthiwe uyisicukuthwane;
-
-
INkosi Nezikhulu ZayoIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu I
-
-
Ubani lo “ongenangqondo”? Njengokungathi iyagcizelela, iNkosi uDavide inikeza impendulo kabili: “Ongenangqondo uthé enhliziyweni yakhe: ‘Akekho uJehova.’ Benzé ngendlela echithayo, benzé ngendlela enengekayo ekusebenzelaneni kwabo nabanye. Akekho owenza okuhle.” (IHubo 14:1; 53:1) Yebo, abanye bayaphika ukuthi uNkulunkulu ukhona. Empeleni, “nezihlakaniphi” kanye nabanye abenza njengokungathi uNkulunkulu akekho basho kanjalo, bacabanga ukuthi akekho okudingeka balandise kuye. Iqiniso alikho kwabanjalo. Izinhliziyo zabo aziphi. Abanalo ivangeli lothando. Ngokungefani namaKristu angempela, bayephuza ukunikeza abaswele izidingo abazidingayo lapho becindezelekile, noma bangabaniki nhlobo.
-