-
Amazwi Enduduzo Ayisiprofetho Akuthintayo NaweIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
-
-
UJehova ube esewabusisa. Esiprofethweni sakamuva, u-Isaya uyabikezela: “Ngokuqinisekile uJehova uyoliduduza iZiyoni. Ngokuqinisekile uyoziduduza zonke izindawo zalo ezibhuqiwe, futhi uyokwenza ihlane lalo libe njenge-Edene nethafa lalo eliwugwadule libe njengensimu kaJehova.” (Isaya 51:3) Kuyenzeka ngempela lokhu ngemva kokuba amaJuda ebuyele ezweni lawo.
-
-
Amazwi Enduduzo Ayisiprofetho Akuthintayo NaweIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
-
-
Laba abathembekileyo babusiswa ngepharadesi elingokomoya elinothile, insimu yase-Edene engokomfanekiso. (Isaya 11:6-9; 35:1-7) Maduze nje lapho uNkulunkulu ebhubhisa izitha zakhe, wonke umhlaba uyoguqulwa ube ipharadesi elingokoqobo, njengoba nje uJesu athembisa iselelesi esasilenga esigxotsheni.—Luka 23:43.
-
-
Amazwi Enduduzo Ayisiprofetho Akuthintayo NaweIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
-
-
ukuze abantu babone, bazi futhi banake ngesikhathi esifanayo babe nokuqondisisa, ukuthi yiso kanye isandla sikaJehova esikwenzile lokhu, futhi oNgcwele ka-Israyeli ngokwakhe ukudalile.”—Isaya 41:17-20.
-