-
Icala LeNkantolo Yendawo Yonke ElikuhilelayoINqabayokulinda—1988 | Febhuwari 1
-
-
19, 20. (a) UIsaya ubonisa kanjani ukuthi kunesikhathi esinqunyiwe sokuba uJehova alungise izindaba? (b) Obani uJehova abalethayo phakathi ‘nalezinsuku zokugcina,’ futhi bammelela ngayiphi indlela?
19 Ngesikhathi eside, ngamakhulu eminyaka, uJehova wayekela izizwe zahamba ngezindlela zazo. Nokho, isikhathi sakhe esinqunyiwe sokuba alungise izindaba emhlabeni sesifikile. Ngakho uthi: “Sekuyisikhathi eside ngithulile, ngathula ngazibamba.”
-