-
Maye Ngesivini Esingathembekile!Isiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu I
-
-
Isivini Nomniniso
6, 7. (a) Ubani umnini-sivini, futhi siyini isivini? (b) Yisiphi isahlulelo umnini-sivini acela ukuba sikhishwe?
6 Ubani umniniso, futhi siyini lesi sivini? Umnini-sivini unikeza izimpendulo zale mibuzo lapho yena ngokwakhe ekhuluma: “Manje, O nina bakhileyo eJerusalema nani madoda akwaJuda, sizani nahlulele phakathi kwami nesivini sami.
-
-
Maye Ngesivini Esingathembekile!Isiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu I
-
-
7 Yebo, uJehova ungumnini-sivini, futhi kufana nokuthi uziyele enkantolo, wacela ukuba kukhishwe isahlulelo phakathi kwakhe nesivini sakhe esidumazayo.
-