-
UJehova Usifundisela Ukuba SizuzeIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
-
-
‘Ngingowokuqala, Ngingowokugcina’
14. (a) Kungamuphi umqondo uJehova ‘engowokuqala nowokugcina’? (b) Yimiphi imisebenzi yamandla uJehova ayenza ‘ngesandla’ sakhe?
14 Ngemfudumalo, manje uJehova unxusa abantu besivumelwano sakhe: “Ngilalele, wena Jakobe, nawe Israyeli obiziweyo wami. Ngingofanayo. Ngingowokuqala.
-
-
UJehova Usifundisela Ukuba SizuzeIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
-
-
Ngokungafani nomuntu, uNkulunkulu ungowaphakade futhi akashintshi. (Malaki 3:6) Encwadini yesAmbulo, uJehova uthi: “Ngingu-Alfa no-Omega, owokuqala nowokugcina, isiqalo nesiphetho.” (IsAmbulo 22:13) Akukaze kube khona uNkulunkulu umninimandla onke ngaphambi kukaJehova futhi ngeke abe khona ngemva kwakhe.
-