-
UJehova Uphakamisa Inceku Yakhe EnguMesiyaIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
-
-
Kodwa wayehlatshwa ngenxa yeseqo sethu; echotshozwa ngenxa yeziphambeko zethu. Isijeziso esasihloselwe ukuba thina sibe nokuthula sasiphezu kwakhe, futhi ngenxa yamanxeba akhe kube khona ukuphulukiswa kwethu.
-
-
UJehova Uphakamisa Inceku Yakhe EnguMesiyaIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
-
-
Ukuhlupheka kukaMesiya kwagcina ngokuba ahlatshwe, aphulwe futhi alinyazwe—amagama anyantisayo abonisa ukufa kobudlova nokubuhlungu. Kodwa ukufa kwakhe kunamandla okuhlawulela; kubeka isisekelo sokubuyisa labo abahamba eziphambekweni nasezonweni, kubasize babe nokuthula noNkulunkulu.
-
-
UJehova Uphakamisa Inceku Yakhe EnguMesiyaIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
-
-
Kodwa khumbula ukuthi wayengahlupheki ngenxa yezono zakhe. ‘UKristu wahlupheka ngenxa yenu,’ kusho uPetru, “enishiyela isibonelo sokuba nilandele izinyathelo zakhe eduze. Akenzanga sono, nenkohliso ayitholakalanga emlonyeni wakhe. Yena ngokwakhe wathwala izono zethu emzimbeni wakhe siqu esigxotsheni, ukuze sihlukane nezono futhi siphilele ukulunga. Futhi ‘naphulukiswa ngemivimbo yakhe.’” (1 Petru 2:21, 22, 24)
-