-
UJehova Uvuselela Umoya WabathobekileyoIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
-
-
Ngakho uJehova ubuza lezi zoni: “Ngubani lo enizijabulisa ngaye? Ngubani lo eniqhubeka nimvulela umlomo kakhulu, eniqhubeka nimkhiphela ulimi? Anibona yini abantwana beseqo, inzalo yamanga,
-
-
UJehova Uvuselela Umoya WabathobekileyoIsiprofetho Sika-Isaya—Ukukhanya Kuso Sonke Isintu II
-
-
4. Ababi bakwaJuda banecala lani?
4 Ababi kwaJuda bayenza obala imikhuba yabo yokukhulekela kobuqaba okushaqisayo, ‘bayazijabulisa.’ Ngokwedelela, baklolodela abaprofethi bakaNkulunkulu abathunyelwe ukuba babalungise, babakhiphela ulimi, okuyinto eyihlazo nebonisa indelelo. Yize bengabantwana baka-Abrahama, izindlela zabo zokuhlubuka zibenza babe abantwana beseqo nenzalo yamanga. (Isaya 1:4; 30:9; Johane 8:39, 44)
-