-
Impikiswano KaJehova NezizweINqabayokulinda—1994 | Mashi 1
-
-
14. Ngokwesiprofetho sikaJeremiya, obani abaphuza endebeni yewayini lokufutheka kukaJehova, futhi lokhu kufanekiselani osukwini lwethu?
14 Ngemva kokuba eLobukholwa, njengoJuda, lenziwe ‘incithakalo, isimangaliso, into encimfelwayo, nesiqalekiso,’ imbubhiso iyobe isilindele wonke umbuso wezwe wenkolo yamanga.
-
-
Impikiswano KaJehova NezizweINqabayokulinda—1994 | Mashi 1
-
-
Ngakho, uJeremiya 25:17-26 uyafana nesAmbulo isahluko 18 kuya ku-20 ekuchazeni ukulandelana kwezenzakalo njengoba indebe yokufutheka kukaJehova idluliswa nxazonke. Okokuqala, umbuso wezwe wenkolo yamanga kufanele ubhujiswe, kulandele imibuso yezombangazwe, bese uSathane ngokwakhe evalelwa kwalasha.—IsAmbulo 18:8; 19:19-21; 20:1-3.
-