-
Insindiso Ingatholakala Lapho UNkulunkulu EziphindiselelaINqabayokulinda—1989 | Meyi 15
-
-
UJehova uyakulalela ukunxusa kwezinceku zakhe. UHabakuki uyabuza: “Ngiyakukuncenga kuze kube-nini, Jehova, ungezwa”? Yebo, akukho ukulunga, futhi omubi uzungeze olungileyo. Kodwa uNkulunkulu uyezwa, futhi njengethuluzi lakhe lokujezisa, ‘uvusa amaKaledi.’ Nokho, angawusebenzisa kanjani umbuso onochuku? Lomprofethi ulindela impendulo kaNkulunkulu, ecabanga ukuthi uzosolwa.—1:1–2:1.
-