-
Usuku LukaJehova Lokwahlulela Luseduze!INqabayokulinda—2001 | Febhuwari 15
-
-
Ingcebo yabo iyakuba yimpango, nezindlu zabo incithakalo; bayakwakha izindlu, kepha abayikuhlala kuzo, batshale izivini, bangaliphuzi kodwa iwayini lazo.”—Zefaniya 1:12, 13.
-
-
Usuku LukaJehova Lokwahlulela Luseduze!INqabayokulinda—2001 | Febhuwari 15
-
-
16. Kwakuzokwenzekani lapho kukhishwa isahlulelo saphezulu kwelakwaJuda, futhi ukwazi lokho kufanele kusithonye kanjani?
16 Izihlubuki zakwaJuda zaxwayiswa ngokuthi abaseBabiloni babeyophanga ingcebo yazo, bachithe imizi yazo bathathe nezithelo zomvini wazo. Izinto ezibonakalayo zazingeke zisize lapho kukhishwa isahlulelo saphezulu kwelakwaJuda. Kuyoba okufanayo nalapho usuku lukaJehova lokwahlulela lufikela lesi simiso sezinto samanje. Ngakho-ke, kwangathi singaba nombono ongokomoya futhi ‘sizibekelele ingcebo ezulwini’ ngokwenza inkonzo kaJehova ize kuqala ekuphileni kwethu!—Mathewu 6:19-21, 33.
-