-
Izinsuku Zokugcina—Isikhathi SokuvunaINqabayokulinda—1988 | Januwari 1
-
-
UHagayi waprofetha ngokuzanyazanyiswa kwezizwe okwakuyothi phakathi nakho “kufike okunxanelekayo kwabo bonke abezizwe.” (Hagayi 2:7)
-
-
Izinsuku Zokugcina—Isikhathi SokuvunaINqabayokulinda—1988 | Januwari 1
-
-
14. Hlobo luni lwabantu ababuthelwa enhlanganweni kaJehova?
14 Yebo, abantu bakaNkulunkulu abathakazeleli nje kuphela ukwanda ngokwakho. Nokho, bayazi, ukuthi bonke laba abasha abagelezela enhlanganweni kaJehova ‘bayizinto ezinxanelekayo’ emehlweni kaJehova. Abaningi “babebubula bekhala ngazo zonke izinengiso” ababezibona kweLobukholwa. (Hezekeli 9:4) Bonke bagobhozela “entabeni kaJehova” ngoba bafuna ukufundiswa ngezindlela zikaNkulunkulu. (Isaya 2:2, 3) Yeka ubufakazi obunamandla besibusiso sikaJehova—ukuthi kulesimiso sezinto esonakele sokuthanda izinto ezibonakalayo, amakhulu ezinkulungwane zabantu abasha unyaka ngamunye bazibonakalisa ‘beyizinto ezinxanelekayo’ zikaJehova!
-