-
“Thandani Iqiniso Nokuthula”!INqabayokulinda—1996 | Januwari 1
-
-
‘Masinxuse Ebusweni BukaJehova’
-
-
“Thandani Iqiniso Nokuthula”!INqabayokulinda—1996 | Januwari 1
-
-
bahambe abakhileyo komunye, baye komunye, bathi: Masiye impela ukunxusa ebusweni bukaJehova, simfune uJehova-Sebawoti; nami ngiyakuhamba.
-
-
“Thandani Iqiniso Nokuthula”!INqabayokulinda—1996 | Januwari 1
-
-
17 Abantu ababekhona eSikhumbuzweni babefuna ‘ukufuna uJehova-Sebawoti.’ Abaningi balaba kwakuyizinceku zakhe ezizinikezele, futhi zabhapathizwa. Izigidi zabanye ezazikhona azikafinyeleli kulelo zinga. Kwamanye amazwe inani lababekhona eSikhumbuzweni laliliphinde kane noma kahlanu elabamemezeli boMbuso. Labantu abaningi abathakazelayo badinga usizo ukuze baqhubeke benza intuthuko. Masibafundise ukuba bathokoze ngokwazi ukuthi uJesu wafela izono zethu nokuthi manje ubusa eMbusweni kaNkulunkulu. (1 Korinte 5:7, 8; IsAmbulo 11:15) Futhi masibakhuthaze ukuba bazinikezele kuJehova uNkulunkulu futhi bazithobe eNkosini yakhe emisiwe. Ngalendlela ‘bayonxusa ebusweni bukaJehova.’—IHubo 116:18, 19; Filipi 2:12, 13.
-