-
Bonisa Ukuthembela KuJehova—Ngokwenza Izinto OzifundileINqabayokulinda—1988 | Agasti 15
-
-
11. Abanye baye babambeka kanjani ekuphishekeleni izinto ezibonakalayo, futhi kungani lokhu kungokungenangqondo?
11 “Funani kuqala umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe, khona konke lokhu kuyakwenezelwa nina.” (Mathewu 6:33)
-
-
Bonisa Ukuthembela KuJehova—Ngokwenza Izinto OzifundileINqabayokulinda—1988 | Agasti 15
-
-
13. Kungani kungcono kakhulu ukwaneliswa “ukudla nezambatho”?
13 Labo abathembela kuJehova ukuba abondle baziphephisa ezinsizini eziningi nokukhathazeka. Yiqiniso, ukwaneliseka ‘ngokudla nangezambatho’ kuphela kungase kusho indlela elinganiselwe kakhulu yokuphila. (1 Thimothewu 6:8) Kodwa “ingcebo ayisizi ngosuku lolaka.” (IzAga 11:4) Ngaphezu kwalokho, uma sandisa inkonzo yethu kuJehova, sizibeka ohlwini lwabazothola “isibusiso sikaJehova” ‘esicebisayo; anganezeli usizi kuso.’—IzAga 10:22.
-