-
Lezi Izinsuku Zokugcina!Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade
-
-
a Amanye amaBhayibheli asebenzisa igama elithi “izwe” esikhundleni sokuthi “isimiso sezinto.” I-Expository Dictionary of New Testament Words kaW. E. Vine ithi igama lesiGreki elithi ai·onʹ “lisho inkathi yesikhathi enganqunyiwe, noma isikhathi esibhekwa ngokwalokho okwenzeka ngaleyo nkathi.” I-Greek and English Lexicon te the New Testament kaParkhurst (ikhasi 17) ihlanganisa nenkulumo ethi “lesi simiso sezinto” lapho ikhuluma ngokusetshenziswa kwelithi ai·oʹnes (ubuningi) kumaHeberu 1:2. Ngakho ukuhumusha okuthi “isimiso sezinto” kuvumelana nombhalo wesiGreki wakuqala.
-
-
Lezi Izinsuku Zokugcina!Ulwazi Oluholela Ekuphileni Okumi Phakade
-
-
Ezinsukwini ezintathu ngaphambi kokuba uJesu afe, bambuza: “Siyoba yini isibonakaliso sokuba khona kwakho nesesiphelo sesimiso sezinto?”a (Mathewu 24:3)
-