-
Ukukhanyisa Ukuba-Khona KukaKristuINqabayokulinda—1993 | Meyi 1
-
-
ngokuba njengonyazi luphuma empumalanga‚ lubonakale kuze kube-sentshonalanga‚ kuyakuba-njalo [ukuba-khona, NW, (pa·rou·siʹa)] kweNdodana yomuntu.”—Mathewu 24:24, 26, 27.
-
-
Ukukhanyisa Ukuba-Khona KukaKristuINqabayokulinda—1993 | Meyi 1
-
-
10. Ukukhanya kweqiniso leBhayibheli kuye kwabaneka kanjani kuyo yonke lembulunga?
10 Ngokuphambene nalokho, kwakungeke kube nalutho lokufihlwa ngokuza kukaJesu njengeNkosi, ekuqaleni kokuba-khona kwakhe kobukhosi. Njengoba uJesu abikezela, kuyo yonke imbulunga, ukukhanya kweqiniso leBhayibheli kuyaqhubeka kubaneka ezindaweni ezibanzi kusukela ezingxenyeni ezisempumalanga kuya ezingxenyeni ezisentshonalanga. Ngempela, njengabaphathi bokukhanya banamuhla, oFakazi BakaJehova babonakala ‘bengukukhanya kwabezizwe, ukuze insindiso [kaJehova] ifinyelele emkhawulweni womhlaba.’—Isaya 49:6, qhathanisa ne-NW.
-