-
Isicebi NoLazaruUmuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila
-
-
“Kwakukhona umuntu othile onothileyo,” kuchaza uJesu, “owayegqoka ezibubende nezelineni elihle, ezijabulisa imihla ngemihla etamasa.
-
-
Isicebi NoLazaruUmuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila
-
-
UJesu lapha usebenzisa isicebi ukuba simelele abaholi benkolo bamaJuda, abangahlanganisi abaFarisi nababhali kuphela kodwa nabaSadusi nabapristi abakhulu. Bacebile emalungelweni nasemathubeni angokomoya, futhi baziphatha ngendlela isicebi esenza ngayo. Ukugqoka kwabo ezibubende kumelela isikhundla sabo sokuthandwa, futhi ilineni elimhlophe lifanekisela ukuzibona kwabo belungile.
-