-
Amaphuzu Avelele Encwadi KaJohaneINqabayokulinda—2008 | Ephreli 15
-
-
6:53—Kusho ukuthini ukuba ‘nokuphila kuwe ngokwakho’?
-
-
Amaphuzu Avelele Encwadi KaJohaneINqabayokulinda—2008 | Ephreli 15
-
-
Kubalandeli bakaJesu, ‘ukuba nokuphila kubo ngokwabo’ kusho ukuba nokuphila okugcwele. AmaKristu agcotshiwe athola lokhu kuphila lapho evuselwa ekuphileni kwasezulwini. Abathembekile abanethemba lasemhlabeni bayothola lokhu kuphila okugcwele kuphela ngemva kokuphumelela ovivinyweni lokugcina oluyoba khona ngemva nje kokuphela kokuBusa KukaKristu Kweminyaka Eyinkulungwane.—1 Kor. 15:52, 53; IsAm. 20:5, 7-10.
-