-
Izibaya NoMalusiUmuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila
-
-
Kwakuye kwafika abanye bathi banguMesiya, noma uKristu, kodwa babengeyena umalusi weqiniso uJesu aqhubeka ekhuluma ngaye: “Umlindisango uyamvulela lowo; nezimvu ziyalizwa izwi lakhe; ubiza ezakhe izimvu ngamagama, aziholele phandle.
-
-
Izibaya NoMalusiUmuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila
-
-
“Umlindisango” wesibaya sokuqala kwakunguJohane uMbhapathizi. Njengomlindisango, uJohane ‘wavulela’ uJesu ngokumchaza kulezozimvu ezingokomfanekiso ayezoziholela emadlelweni. Lezimvu uJesu azibiza ngamagama naziholela ngaphandle ekugcineni zingeniswa kwesinye isibaya,
-