-
Kungani USawulu Ashushisa AmaKristu?INqabayokulinda—1999 | Juni 15
-
-
Nokho, asiqiniseki ukuthi kushiwo ukuthini ngokuthi uSawulu ‘wayephonsa ivoti lakhe’—njengelungu lenkantolo noma njengothile osekela ukubulawa kwamaKristu.a
-
-
Kungani USawulu Ashushisa AmaKristu?INqabayokulinda—1999 | Juni 15
-
-
a Ngokwencwadi ethi The History of the Jewish People in the Age of Jesus Christ (175 B.C.–A.D. 135), ka-Emil Schürer, nakuba iMishnah ingenakho ukulandisa okuphathelene nezinqubo zeSanhedrini Enkulu, noma iSanhedrini Yabangamashumi Ayisikhombisa Nanye, izinqubo zamaSanhedrini amancane, amalungu angu-23, ziningilizwe ngendlela eyisidina. Abafundi boMthetho babengaya emacaleni anesigwebo sentambo aqulwa amaSanhedrini amancane, lapho babevunyelwa ukukhulumela ummangalelwa futhi bangakhulumi ngokumelene naye. Emacaleni angahileli ububi obunesigwebo sentambo, babengakwenza kokubili.
-