-
UPawulu Uyanqoba OsiziniINqabayokulinda—1999 | Meyi 1
-
-
Iqembu elikhathele likhosela esiqhingini okuthiwa iMelitha. Izakhamuzi zalapho ‘zingabantu abakhuluma ulimi lwezinye izizwe,’ ngokwezwi nezwi zingama-“barbarian” (ngesiGreki, barʹba·ros).c Kodwa abantu baseMelitha abanalo unya. Ngokuphambene, uLuka, owayehamba noPawulu, ubika ukuthi “basibonisa umusa wobuntu ongaphezu kovamile, ngoba babasa umlilo futhi basamukela sonke ngomoya wokusiza ngenxa yemvula eyayina nangenxa yamakhaza.”
-
-
UPawulu Uyanqoba OsiziniINqabayokulinda—1999 | Meyi 1
-
-
c I-Word Origins kaWilfred Funk ithi: “AmaGreki ayezidelela izilimi ezingezona ezawo, futhi ethi zizwakala sengathi zithi ‘bar-bar’ futhi abiza noma ubani owayezikhuluma ngokuthi i-barbaros.”
-