-
Bonisa Isimo Sengqondo SikaKristuINqabayokulinda—2000 | Septhemba 1
-
-
Emavesini ambalwa okuqala alesi sahluko, uPawulu ukhuluma ngemfanelo evelele kaJesu lapho ethi: “Nokho, thina esiqinile kufanele sithwale ubuthakathaka balabo abangaqinile, futhi singazijabulisi thina.
-
-
Bonisa Isimo Sengqondo SikaKristuINqabayokulinda—2000 | Septhemba 1
-
-
5 Elingisa isimo sengqondo sikaJesu, amaKristu akhuthazwa ukuba alungele ukukhonza izidingo zabanye ngokuthobeka kunokuba afune ukuzijabulisa wona kuphela. Empeleni, ukuzimisela ngokuthobeka ukukhonza abanye ngale ndlela kuyisici salabo ‘abaqinile.’ UJesu, owayeqinile ngokomoya ukudlula noma yimuphi umuntu owake waphila, wathi ngaye siqu: ‘INdodana yomuntu ayizelanga ukukhonzwa, kodwa ukukhonza nokunikela umphefumulo wayo ube isihlengo esenana abaningi.’ (Mathewu 20:28) NjengamaKristu, nathi sifuna ukuzidela ukuze sikhonze abanye, kuhlanganise ‘nalabo abangaqinile.’
-