-
“Abafileyo Bayovuswa”INqabayokulinda—1998 | Julayi 1
-
-
kodwa ekugcineni kwabo bonke wabonakala nakimi njengokungathi kozelwe ngaphambi kwesikhathi.”—1 Korinte 15:3-8.
-
-
“Abafileyo Bayovuswa”INqabayokulinda—1998 | Julayi 1
-
-
Kamuva, wabonakala kuSawulu waseTarsu, umshushisi wamaKristu. (IzEnzo 22:6-8) UJesu wabonakala kuSawulu “njengokungathi kozelwe ngaphambi kwesikhathi.” Kwakunjengokungathi uSawulu wayesevuselwe ekuphileni komoya kakade futhi wakwazi ukubona iNkosi ekhazinyulisiwe kusasele amakhulu eminyaka ngaphambi kokuba kufike isikhathi okwakufanele lwenzeke ngaso lolo vuko. Lesi senzakalo sammisa ngokuzumayo uSawulu enkambweni yakhe yokuphikisa ibandla lobuKristu ngokulibulala futhi sabangela ushintsho oluphawulekayo. (IzEnzo 9:3-9, 17-19) USawulu waba umphostoli uPawulu, omunye wabavikeli abaphambili benkolo yobuKristu.—1 Korinte 15:9, 10.
-