-
Phila Ukuphila Okulinganiselwe NokululaINqabayokulinda—1989 | Julayi 15
-
-
Kepha ongowomoya ubonisisa konke.” (1 Korinte 2:11, 14, 15)
-
-
Phila Ukuphila Okulinganiselwe NokululaINqabayokulinda—1989 | Julayi 15
-
-
11. Iyiphi indlela eyayiyoba eyokungalinganiseli ngoNowa, futhi sikuphila kanjani ukuphila okulinganiselwe namuhla?
11 Umuntu ongokomoya yilowo obheka izinto ngeso lokholo. Ubheka izinto ngombono kaNkulunkulu. Cabanga ngoNowa. Ingabe wayeyoba ngolinganiselayo uma, ngemva kokwazi ngenjongo kaNkulunkulu yokubhubhisa umhlaba ngoZamcolo, ayengachitha isikhathi sakhe akha indlu enkulu nengcono futhi ethola nezinto eziningi ezibonakalayo ezengeziwe? Ngokuqinisekile wayengeke! Umkhumbi wawuyisivikelo sakhe sangempela. NgoNowa, ukuphila ukuphila okulinganiselwe nokulula kwakuhilela ukunikela ukunakekela okugcwele ekwakheni umkhumbi nasekubeni “umshumayeli wokulunga,” naphezu kokuhleka usulu ‘kwabantu bemvelo’ ababengenalo ukholo. (2 Petru 2:5; Mathewu 24:37-39)
-