-
Incwadi YeBhayibheli Yama-48—KwabaseGalathiya“Yonke ImiBhalo Iphefumlelwe UNkulunkulu Futhi Inenzuzo”
-
-
12. (a) Yini manje abaseGalathiya okumelwe bahambe ngayo? (b) Imuphi umahluko obalulekile uPawulu awuvezayo?
12 Ukusoka noma ukungasoki akusho lutho, kuchaza uPawulu, kodwa okubalulekile ukholo olusebenza ngothando. Wonke uMthetho ugcwalisiwe kulesisho: “Wothanda umakhelwane wakho njengokuba uzithanda wena.”
-
-
Incwadi YeBhayibheli Yama-48—KwabaseGalathiya“Yonke ImiBhalo Iphefumlelwe UNkulunkulu Futhi Inenzuzo”
-
-
15. Lencwadi yayinenzuzo kanjani emabandleni aseGalathiya, futhi inikeza siphi isiqondiso kumaKristu namuhla?
15 Lencwadi yayinenzuzo emabandleni aseGalathiya ekucaciseni inkululeko yawo kuKristu nasekuvezeni amanga abahlanekezeli bezindaba ezinhle. Yakwenza kwacaca ukuthi umuntu kuthiwa ulungile ngokholo nokuthi ukusoka akusadingeki ukuze umuntu athole ukusindiswa. (2:16; 3:8; 5:6) Ngokubeka eceleni umahluko onjalo ongokwenyama, yakwazi ukuhlanganisela amaJuda nabeZizwe ebandleni elilodwa.
-