-
InkoloUkubonisana NgemiBhalo
-
-
Heb. 10:24, 25: “Masiqaphelane, ukuze kuvuswe uthando nemisebenzi emihle, singakuyeki ukuhlangana kwethu njengomkhuba wabanye, kepha masivuselelane, ikakhulu njengokuba nibona usuku lusondela.” (Ukuze sifeze lomyalo ongokomBhalo, kumelwe kube nemihlangano yobuKristu esingase siye kuyo njalo. Ilungiselelo elinjalo lisikhuthaza ukuba sibonise uthando kwabanye, hhayi nje ukuzikhathalela thina ngokwethu.)
-
-
InkoloUkubonisana NgemiBhalo
-
-
Besingaba nabo yini ubuhlobo obuhle bomuntu siqu noNkulunkulu uma singayibheki njengebalulekile imiyalo yakhe? Omunye walena uwukuba sihlangane njalo nalabo esikholwa nabo.—Heb. 10:24, 25.
-
-
InkoloUkubonisana NgemiBhalo
-
-
Yebo, uma umuntu efunda iBhayibheli kodwa engalisebenzisi ekuphileni kwakhe, akumsizi ngalutho. Uma elikholelwa futhi enza elikushoyo, uyohlanganyela nezinceku zikaNkulunkulu emihlanganweni yebandla yasikhathi sonke. (Heb. 10:24, 25)
-