-
Incwadi YeBhayibheli Yama-41—UMarku“Yonke ImiBhalo Iphefumlelwe UNkulunkulu Futhi Inenzuzo”
-
-
Khona-ke sithola uMarku enoPetru eBabiloni phakathi konyaka ka-62 no-64 C.E. (1 Pet. 5:13)
-
-
Incwadi YeBhayibheli Yama-41—UMarku“Yonke ImiBhalo Iphefumlelwe UNkulunkulu Futhi Inenzuzo”
-
-
Ngokwenkolelo yasekuqaleni impela kaPapias, uOrigen, noTertullian, lomthombo kwakuwuPetru, owayengumngane oseduze kaMarku.a UPetru akambizanga yini ngokuthi “indodana yami”? (1 Pet. 5:13) UPetru wayengufakazi wokuzibonela cishe wakho konke lokho uMarku akuloba, ngakho kungenzeka ukuthi wawathola kuPetru amaphuzu amaningi achazayo angekho kwamanye amaVangeli.
-