-
Umaye Wokuqala—IsikhonyaneIsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze!
-
-
kodwa sasinezinwele ezinjengezabesifazane. Amazinyo aso enjengawezingonyama;
-
-
Umaye Wokuqala—IsikhonyaneIsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze!
-
-
Izinwele zaso zinde njengezowesifazane, okukufanekisela kahle ukuthobela iNkosi yaso, ingelosi yakwalasha. Futhi amazinyo aso afana namazinyo engonyama. Ingonyama isebenzisa amazinyo ayo ukuze ihlephule inyama. Kusukela ngo-1919 kuqhubeke, isigaba sikaJohane siye sakwazi futhi ukudla ukudla okungokomoya okuqinile, ikakhulukazi amaqiniso ngoMbuso kaNkulunkulu obuswa “iNgonyama yesizwe sakwaJuda,” uJesu Kristu. Njengoba nje ingonyama ifanekisela isibindi, ngakho kuye kwadingeka isibindi esikhulu ukuze kwetshiswe lesi sigijimi esishaya kanzima, ukusikhipha ngezincwadi, nokusisakaza embulungeni yonke.
-