-
Khuthazanani Njengoba Usuku LusondelaINqabayokulinda—1990 | Disemba 15
-
-
20. IsAmbulo 12:11 sibonisa kanjani ukuthi umdumazi omkhulu, uDeveli, anganqotshwa?
20 KusAmbulo 12:10 uSathane uchazwa ‘njengommangaleli wabazalwane bethu obamangalelayo phambi kukaNkulunkulu wethu imini nobusuku.’
-
-
Khuthazanani Njengoba Usuku LusondelaINqabayokulinda—1990 | Disemba 15
-
-
21. Singahlanganyela kanjani ngokungahlosiwe emsebenzini kaDeveli wokudumaza abafowethu?
21 Ngezinye izikhathi, ngisho nangokungahlosiwe, singase sihlanganyele emsebenzini kaDeveli wokudumaza abafowethu. Kanjani? Ngokuba abagxeka kakhulu, abafuna kakhulu, noma abalunge ngokwedlulele. (UmShumayeli 7:16) Sonke sinakho ukuntula nobuthakathaka. Masingasizakali ngakho njengoba kwenza uDeveli. Kunalokho, masikhulume ngendlela ekhuthazayo ngabafowethu nangabantu bakaJehova njengeqembu elihlelekile.
-