-
Ukuhlabelela Ingoma Entsha YokunqobaIsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze!
-
-
ithi ngezwi elikhulu: ‘Mesabeni uNkulunkulu nimnike inkazimulo, ngoba ihora lokwahlulela kwakhe selifikile, ngakho khulekelani Lowo owenza izulu nomhlaba nolwandle nemithombo yamanzi.’” (IsAmbulo 14:6, 7)
-
-
Ukuhlabelela Ingoma Entsha YokunqobaIsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze!
-
-
17 Wonke umuntu ukhuthazwa ukuba esabe, hhayi isilo sasendle nomfanekiso waso, kodwa uJehova, onamandla ngokungenakuqhathaniswa ngaphezu kwanoma yisiphi isilo esingokomfanekiso esilawulwa uSathane. Phela, uJehova wadala izulu nomhlaba, futhi manje sesifikile isikhathi sokuba ahlulele umhlaba! (Qhathanisa noGenesise 1:1; IsAmbulo 11:18.)
-
-
Ukuhlabelela Ingoma Entsha YokunqobaIsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze!
-
-
18. Ngokwengelosi endiza emkhathini, yihora lani eselifikile, futhi obani abazobe benza izimemezelo eziqhubekayo?
18 Njengoba ingelosi endiza emkhathini imemezele, ihora lokwahlulela selifikile. Isiphi isahlulelo uNkulunkulu manje azosikhipha? Izindlebe zizothuka ngenxa yezimemezelo manje ezizokwenziwa yingelosi yesibili, eyesithathu, eyesine, neyesihlanu.—Jeremiya 19:3.
-