Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Wenza Ngokukhalipha
    Lingisa Ukholo Lwabo
    • 14. (a) Kungayiphi indlela u-Abhigayili athatha isinyathelo sokuqala sokulungisa isenzo esingalungile sikaNabali? (b) Yisiphi isifundo esingasifunda emehlukweni phakathi kukaNabali no-Abhigayili? (Bheka nombhalo waphansi.)

      14 Sesimbonile u-Abhigayili ethatha isinyathelo sokuqala sokulungisa lesi senzo esingalungile. Ngokungafani nomyeni wakhe uNabali, yena wazibonakalisa ekulungele ukulalela. Ngokuphathelene nokuyisa lolu daba kuNabali, inceku esencane yathi ngaye: ‘Ungumuntu ongelusizo lwalutho ngempela ukuba kungakhulunywa naye.’c (1 Sam 25:17) Ngokudabukisayo, ukuzibona kukaNabali ebaluleke kakhulu kwamenza wangafuna ukulalela. Ukuzigqaja okunjalo kuvamile ngisho nanamuhla. Kodwa le nsizwa yayazi ukuthi u-Abhigayili uhlukile, cishe yingakho yaya kuye yamtshela ngale nkinga.

      Ngokungafani noNabali, u-Abhigayili wayeyisilaleli esihle

  • Wenza Ngokukhalipha
    Lingisa Ukholo Lwabo
    • c Inkulumo eyasetshenziswa yile nsizwa ngokwezwi nezwi isho “indodana yongelusizo lwalutho.” Ezinye izinguqulo zeBhayibheli zihumusha lo musho nangokuthi uNabali wayeyindoda ‘engalaleli muntu,’ ngakho isiphetho sasiwukuthi, “akusizi ukukhuluma naye.”

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela