-
U-Eliya Uphakamisa UNkulunkulu WeqinisoINqabayokulinda—1998 | Januwari 1
-
-
“Nguwe, ongumhluphi wakwaIsrayeli na?” kubuza u-Ahabi, lapho ebona u-Eliya. “Mina angimhluphanga uIsrayeli,” kuphendula u-Eliya ngesibindi, “kepha nguwe nendlu kayihlo, ngokuyilahla imiyalo kaJehova, uze ulandele oBali.” Khona-ke u-Eliya wayala ukuba wonke u-Israyeli ahlangane eNtabeni yaseKarmeli, kuhlanganise “nabaprofethi bakaBali abangamakhulu amane namashumi ayisihlanu, nabaprofethi baka-Ashera abangamakhulu amane.” U-Eliya wabe esekhuluma nesixuku: “Koze kube-nini nimanqikanqika [nixhugela] phakathi kwezinhlangothi ezimbili na?a Uma uJehova enguNkulunkulu, mlandeleni yena, kepha uma kunguBali mlandeleni yena.”—1 AmaKhosi 18:17-21.
-
-
U-Eliya Uphakamisa UNkulunkulu WeqinisoINqabayokulinda—1998 | Januwari 1
-
-
a Ezinye izazi zisikisela ukuthi u-Eliya kungenzeka wayegudlisela emdansweni oyisiko wabakhulekeli bakaBali. Ukusetshenziswa okufanayo kwegama elithi “ukuxhuma [ukuxhugela]” kutholakala kweyoku-1 AmaKhosi 18:26, kuchaza ukudansa kwabaprofethi bakaBali.
-