-
AmaKristu Kufanele Akubheke Kanjani Ukuphuza Utshwala?Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
-
-
1. Ingabe akulungile ukuphuza utshwala?
IBhayibheli alikwenqabeli ukuphuza utshwala. Kunalokho, lapho libala izipho eziningi uNkulunkulu asiphe zona, lihlanganisa “newayini elijabulisa inhliziyo yomuntu.” (IHubo 104:14, 15) Amanye amadoda nabesifazane abathembekile okukhulunywa ngabo eBhayibhelini babuphuza utshwala.—1 Thimothewu 5:23.
-
-
Kungani Kumelwe Uzinikezele Bese Uyabhapathizwa?Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
-
-
4. Zindla ngendlela uJehova akuthanda ngayo
UJehova usinikeze izipho eziningi eziyigugu. Yini thina esingamnika yona? Dlalani IVIDIYO.
Yiziphi ezinye zezindlela uJehova abonise ngazo ukuthi uyakuthanda? Fundani iHubo 104:14, 15 neyoku-1 Johane 4:9, 10, bese nixoxa ngale mibuzo:
Yiziphi izipho ezivela kuJehova ozithanda kakhulu?
Lezo zipho zikwenza uzizwe kanjani ngaye?
Lapho sithola isipho esisithanda kakhulu, sifuna ukubonisa lowo osiphile ukuthi siyabonga ngaso. Fundani uDuteronomi 16:17, bese nixoxa ngalo mbuzo:
Lapho ucabanga ngazo zonke izinto uJehova asekwenzele zona, yini wena ofuna ukumenzela yona?
-