Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • “Isihogo” Ingabe Sikhona Ngempela?
    Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni
    • 6 Yebo, abantu abalungileyo bayaya eSheoli noma eHayidesi. Ngokwesibonelo, cabangela uJobe owaziwa kahle ngokwethembeka kwakhe nobuqotho kuNkulunkulu. Lapho esebuhlungwini obukhulu, wacela uNkulunkulu ukuba amsize. Umthandazo wakhe ukuJobe 14:13, (Kwelidala): “Sengati u nga ngi tukusa ehaidesi, [Sheoli ngesiHeberu] . . . u ngi misele isikati esitile, u ngi kumbule.” Manje cabanga: Uma iSheoli lisho indawo yomlilo nobuhlungu, ingabe uJobe wayengafisa ukuya lapho ahlale sonke isikhathi sakhe kuze kube yilapho uNkulunkulu emkhumbula? Ngokusobala, uJobe wayefuna ukufa aye ethuneni ukuze izinhlungu zakhe ziphele.

  • “Isihogo” Ingabe Sikhona Ngempela?
    Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni
    • 10 Ngokuba a u yi ku shiya umpefumulo wami eSheoli; u nganikeli o ingcwele wako a bone ukubola.

      Imisebenzi 2:31

      31 E bona loku ngapambili, wa shumayela ngokuvuka kuka Kristu ukuti, umpefumulo wake a u shiyelwanga ehaidesi, inyama yake a i bonanga ukubola.

      [Isithombe ekhasini 84, 85]

      Ngemva kokugwinywa inhlanzi, kungani uJona athi: ‘Ngakhala ngisesiswini saseSheoli’?

      [Isithombe ekhasini 86]

      IGehena laliyisigodi esingaphandle kweJerusalema. Lalisetshenziswa njengesifanekiso sokufa kwaphakade

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela