Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Izingxoxo Ezingokomoya Ziyakha
    INqabayokulinda—2003 | Septhemba 15
    • 20. Yini esingayenza uma umuntu esizama ukuxoxa naye enamahloni?

      20 Kuthiwani uma umuntu ebonakala engasabeli lapho uqala ingxoxo engokomoya? Ungadeli. Mhlawumbe ungathola ithuba elikahle ngesinye isikhathi. USolomoni wathi: “Izwi elikhulunywe ngesikhathi esifanele linjengama-apula egolide ezitsheni zesiliva.” (IzAga 25:11) Bonisa ukuqonda kulabo abanamahloni. “Inhloso enhliziyweni yomuntu injengamanzi ajulile, kodwa umuntu onokuqonda uyoyikhipha.”a (IzAga 20:5) Ngaphezu kwakho konke, ungalokothi uvumele isimo sengqondo sabanye sikwenze ungakhulumi ngezinto ezikuthinta inhliziyo.

  • Izingxoxo Ezingokomoya Ziyakha
    INqabayokulinda—2003 | Septhemba 15
    • a Eminye imithombo yakwa-Israyeli yayijule kakhulu. EGibheyoni, abavubukuli baye bathola umthombo ojule ngamamitha angaba ngu-25. Unezitebhisi, okwakwenza abantu bakwazi ukwehla bashone phansi bayokukha amanzi.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela