Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Incwadi Ewusizo Ekuphileni Kwanamuhla
    Incwadi Yabo Bonke Abantu
    • Kodwa igunya lobuzali—“induku yokulaya”—kufanele lingeqisi.b (IzAga 22:15; 29:15) IBhayibheli leluleka abazali ngokuthi: “Ungabaluleki ngokweqile abantwana bakho, ngoba uyobaphuca isibindi.” (Kolose 3:21, Phillips) Liyavuma nokuthi ukushaya ngokuvamile akuyona indlela ephumelela kakhulu yokufundisa. IzAga 17:10 zithi: “Insolo ingena koqondileyo kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.” Ngaphandle kwalokho, iBhayibheli litusa isiyalo sokuvimbela kungakaqali. KuDuteronomi 11:19 abazali bakhuthazwa ukuba basebenzise ngokunenzuzo izikhathi zokuphumula ukuze bagxilise izindinganiso zokuziphatha ezinganeni zabo.—Bheka noDuteronomi 6:6, 7.

  • Incwadi Ewusizo Ekuphileni Kwanamuhla
    Incwadi Yabo Bonke Abantu
    • b Ezikhathini zeBhayibheli igama elithi “uswazi” (ngesiHeberu, sheʹvet) lalisho “induku” noma “udondolo,” njengalolo olusetshenziswa umalusi.10 Kulomongo uswazi olubonisa igunya lusikisela isiqondiso sothando, hhayi indluzula yonya.—Qhathanisa neHubo 23:4.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela