Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Umfanekiso Wezisebenzi Zasensimini Yamagilebhisi
    UJesu—Uyindlela, Iqiniso Nokuphila
    • “UMbuso wamazulu unjengomninindlu owaphuma ekuseni kakhulu eyoqasha izisebenzi ezizosebenza ensimini yakhe yamagilebhisi. Lapho esevumelene nezisebenzi ngodenariyu ngosuku, wazithumela ensimini yakhe yamagilebhisi. Ephuma futhi cishe ngehora lesithathu, wabona abanye bemile bengaqashiwe emakethe; nakulabo wathi, ‘Nani futhi hambani niye ensimini yamagilebhisi, ngizoninika noma yini efanele.’ Ngakho bahamba. Waphinde waphuma cishe ngehora lesithupha nangehora lika-9 wenza okufanayo. Ekugcineni, cishe ngehora lika-11 waphuma futhi wathola abanye bemile, wathi kubo, ‘Kungani benilokhu nimi lapha usuku lonke ningaqashiwe?’ Bathi kuye, ‘Kungenxa yokuthi akekho osiqashile.’ Wathi kubo, ‘Nani hambani niye ensimini yamagilebhisi.’”—Mathewu 20:1-7.

    • Abapristi, abaholi benkolo nabaFarisi babheka amaJuda avamile njengakhonza uNkulunkulu ngezinga eliphansi kunabo, njengezisebenzi zesikhashana ensimini kaNkulunkulu yamagilebhisi. Emfanekisweni kaJesu, yiwo la madoda aqashwa “ngehora lesithathu” (ngo-9:00 ekuseni) noma ngasekupheleni kosuku—ngehora lesithupha, nelika-9, nangehora lokugcina lika-11 (ngo-5:00 ntambama).

      Amadoda nabesifazane abalandela uJesu babhekwa ‘njengabantu abaqalekisiwe.’ (Johane 7:49) Cishe ukuphila kwabo konke, bebengabadobi noma benza eminye imisebenzi. Ekwindla ka-29 C.E., “umnikazi wensimu yamagilebhisi” wathumela uJesu ukuba abize abantu abaphansi ukuze basebenzele uNkulunkulu njengabafundi bakaKristu. Yibo laba ababa “ngabokugcina” uJesu akhuluma ngabo, abaqashwa ngehora lika-11 ensimini yamagilebhisi.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela