Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Ukulungisa Izindaba Ngokusetshenziswa Kwezimali ZikaKristu
    Ukulondeka (ws)
    • 4. Inkosi yathini kulezozinceku ezandisa inani lamathalenta?

      4 “Kepha emva kwesikhathi eside yafika inkosi yalezozinceku, yalandisana nazo. Weza obamukele amatalenta ayisihlanu, waletha amanye amatalenta ayisihlanu, wathi: Nkosi, wanginika amatalenta ayisihlanu; bheka, ngizuzé amanye amatalenta ayisihlanu. Inkosi yakhe yathi kuye: Kuhle, nceku enhle nethembekileyo, uthembekile ezintweni eziyingcosana; ngizakukubeka phezu kokuningi; ngena ekuthokozeni kwenkosi yakho. Weza nobamukele amatalenta amabili, wathi: Nkosi, wanginika amatalenta amabili; bheka, ngizuzé amanye amatalenta amabili. Inkosi yakhe yathi kuye: Kuhle, nceku enhle nethembekileyo, uthembekile ezintweni eziyingcosana; ngizakukubeka phezu kokuningi; ngena ekuthokozeni kwenkosi yakho.

  • Ukulungisa Izindaba Ngokusetshenziswa Kwezimali ZikaKristu
    Ukulondeka (ws)
    • 6 “Ngakho mamukeni italenta, nilinike onamatalenta ayishumi. Ngokuba yilowo nalowo onakho uyakuphiwa, avame; kepha ongenakho uyakwamukwa nalokho anakho. Leyonceku engasiziyo yiphonseni ebumnyameni obungaphandle; lapho kuyakuba-khona ukukhala nokugedla kwamazinyo.”—Mathewu 25:13-30.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela