Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Kwafezeka Isifiso Senhliziyo Yakhe
    INqabayokulinda—1994 | Mashi 15
    • UNkulunkulu ubeke umoya wakhe ongcwele kuSimeyoni futhi uye wamupha isambulo. USimeyoni ngeke afe engakamboni Lowo ozoba uMesiya. Kodwa izinsuku nezinyanga kuyadlula. USimeyoni useyaguga futhi akalindele nakancane ukuphila esinye isikhathi eside. Ingabe isithembiso sikaNkulunkulu kuye sizogcwaliseka?

  • Kwafezeka Isifiso Senhliziyo Yakhe
    INqabayokulinda—1994 | Mashi 15
    • Yeka ukuthi uSimeyoni umgona ngenjabulo engakanani umntwana uJesu! Lona nguYe ozoba uMesiya othenjisiwe—“uKristu kaJehova.” Njengoba esekhule kakhulu kangako, uSimeyoni akanakuba nethemba lokubukela uJesu efeza ukuthunywa kwaKhe kwasemhlabeni. Nokho, kuyamangalisa ukumbona esengumntwana. Iziprofetho eziphathelene noMesiya seziyaqala ukugcwaliseka. Yeka ukuthi uSimeyoni ujabula kanjani! Manje uzolala ekufeni anelisekile kuze kufike uvuko.—Luka 2:25-28.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela