-
INkosi Ikhanyisa NgoMbusoUMbuso KaNkulunkulu Uyabusa!
-
-
3, 4. (a) UJesu uqhubeke kanjani efundisa abathembekile ngoMbuso kaNkulunkulu? (b) Sizofunda ngani kulesi sahluko?
3 Amazwi akuJohane 16:12 uJesu wawasho ngobusuku bokugcina ephila emhlabeni. Ngemva kokufa kwakhe, wayeyoqhubeka kanjani efundisa abantu abathembekile ngoMbuso kaNkulunkulu? Waqinisekisa abaphostoli bakhe: “Umoya weqiniso, uyonihola kulo lonke iqiniso.”a (Joh. 16:13) Singase sibheke umoya ongcwele njengowumqondisi onesineke. Lo moya uyindlela kaJesu yokufundisa abalandeli bakhe noma yini okudingeka bayazi ngoMbuso kaNkulunkulu—ngesikhathi okudingeka bayazi ngaso.
-
-
INkosi Ikhanyisa NgoMbusoUMbuso KaNkulunkulu Uyabusa!
-
-
a Ngokusho kwenye incwadi, igama lesiGreki elihunyushwe ngokuthi “hola” kulelo vesi lisho “ukutshengisa indlela.”
-