Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IBhayibheli Liwumyalezo KaNkulunkulu Oze Kithi
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
    • 6. Incwadi yabo bonke abantu

      IBhayibheli liyincwadi eye yahunyushwa kakhulu kunazo zonke netholakala kakhulu kunazo zonke. Fundani izEnzo 10:34, 35, bese nixoxa ngale mibuzo:

      • Kungani uNkulunkulu efuna iZwi lakhe lihunyushwe futhi litholwe abantu abaningi?

      • Yini oyithandayo ngeBhayibheli?

      Abantu bezinhlanga ezihlukahlukene bafunda iBhayibheli ngolimi lwabo.

      Cishe

      bonke

      abantu emhlabeni

      bayalithola iBhayibheli ngolimi abalwaziyo

      Izingxenye zeBhayibheli noma iBhayibheli lilonke

      litholakala ngezilimi

      ezingaphezu kuka-

      3 000

      Kuye kwakhiqizwa amakhophi eBhayibheli

      angaba ngu-5 000 000 000

      okuyinani elingaphezu kwelanoma iyiphi enye incwadi

  • Ungaba Umngane KaJehova
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
    • 3. Yini uJehova ayilindele kubangane bakhe?

      UJehova uthanda bonke abantu, “kodwa uba umngane nabaqotho.” (IzAga 3:32) UJehova ulindele ukuba abangane bakhe bazame ukwenza izinto athi zilungile, bagweme ukwenza izinto athi zimbi. Abanye bacabanga ukuthi ngeke bakwazi ukwenza zonke izinto uJehova afuna bazenze, nokugwema zonke izinto ezimbi. Kodwa uJehova unomusa. Wamukela noma ubani omthanda ngempela nowenza konke okusemandleni ukuze amjabulise.​—IHubo 147:11; IzEnzo 10:34, 35.

  • Gcina Ubunye Ebandleni
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
    • 4. Nqoba ubandlululo

      Sifuna ukubathanda bonke abafowethu. Kodwa kungase kube nzima ukwamukela umuntu obonakala ehlukile kithi. Yini engasiza? Fundani izEnzo 10:34, 35, bese nixoxa ngale mibuzo:

      • UJehova wamukela zonke izinhlobo zabantu ukuba zibe oFakazi bakhe. Lokho kufanele kukwenze ubabheke kanjani abantu bezizinda ezihlukahlukene?

      • Yiluphi ubandlululo ofisa ukulugwema olwandile lapho uhlala khona?

      Fundani eyesi-2 Korinte 6:11-13, bese nixoxa ngalo mbuzo:

      • Ucabanga ukuthi ungasondelana kanjani nabafowethu nodadewethu bezinye izizinda?

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela