Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Ukuvivinya Nokuhlunga Ngaphakathi
    OFakazi BakaJehova—Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu
    • Kamuva, phakathi neminyaka esukela ku-1935 kuya ku-1944, ukubukezwa kwakho konke ukubala izikhathi zezenzakalo kweBhayibheli kwembula ukuthi ukungahunyushwa kahle kwezEnzo 13:19, 20 kuyi-King James Version,g kanye nezinye izici ezithile, kwakwenze ukubalwa kwezikhathi zezenzakalo kwasilela ngesikhathi esingaphezu kweminyaka eyikhulu.h Lokhu kamuva kwaholela embonweni—ngezinye izikhathi owawushiwo njengento eyayingase yenzeke, ngezinye izikhathi ushiwo ngokuqiniseka—wokuthi njengoba inkulungwane yesikhombisa yeminyaka yomlando womuntu yayizoqala ngo-1975, izenzakalo ezihlobene noKubusa KukaKristu Kweminyaka Eyinkulungwane zazizoqala ukwenzeka.

  • Ukuvivinya Nokuhlunga Ngaphakathi
    OFakazi BakaJehova—Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu
    • g Qhathanisa nendlela yokuhumusha ye-Emphasised Bible, eyahunyushwa uJ. B. Rotherham; bheka nombhalo waphansi wezEnzo 13:20 kuyi-New World Translation of the Holy Scriptures—With References.

      h Bheka ethi “I Qiniso Li Ya Ku Nikulula,” isahluko XI; “The Kingdom Is at Hand,” amakhasi 171-5; ne-Golden Age, ka-March 27, 1935, amakhasi 391, 412. Ngokukhanyiselwa yilezizibalo ezilungisiwe zokubala izikhathi zezenzakalo kweBhayibheli, kwabonakala ukuthi ukusetshenziswa kwangaphambili kwesikhathi sika-1873 no-1878, kanye nezikhathi ezihlobene nazo ezatholakala ngalezizibalo ngesisekelo sokuqhathanisa izenzakalo zekhulu lokuqala, kwakusekelwe kokuthile okwakuqondwe kabi.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela